Izinyosi zitinyele izaguga ekhaya labadala eThekwini

2015-12-14 10:01

Durban – Umshungu wezinyosi utinyele abesilisa ababili nowesifazane balimala ekhaya labadala eMusgrave, KwaZulu-Natal, ngeSonto.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigamakeo.

"Abezimo eziphuthumayo babe sebesiza abesilisa ababili nowesifazane abatinyelwe yizinyosi umzimba wonke.

OLUNYE UDABA: Izinyosi zihlasele izingane ezikhubazekile

“Kukholakala ukuthi abatinyelwe yizinyosi bebehlezi ngaphandle ngesikhathi kuqhamuka izinyosi.

"Abosizo lokuqala babanikeze usizo lwezempilo ngaphambi kokubaphuthumisa eNtabeni Hospital,” kusho uMeiring.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 5-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-21°C Scattered tstorms late. Morning clouds. Cool. PE: 11-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...