Ithembisa ngokusingatha ukhetho ngendlela eqotho i-IEC

2016-08-01 09:10

Johannesburg - Inhlangano eyengamele ukhetho kuleli, IEC, isithembise ngokusingatha ukhetho oluphephile nolungachemile ngoLwesithathu.

Bangaphezu kuka-26 million abantu ababhalisele ukuvota kulolu khetho lomasipala.

Funda nalolu daba: Zimkhalele owashiya izingane wayophuza nabangani

Iphini likasihlalo we-IEC uTerry Tselane uthembise ngokuthi bazolusingatha ngendlela eqotho ukhetho, kubika iSABC.

“Sinethemba lokuthi kuzobanokhetho olukhululekile nolungachemile ngomhlaka 3 Agasti futhi sizokwenza isiqinisekiso sokuthi asibenzeli phansi abantu njengoba besithemba kanjalo nomthethosisekelo.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-23°C Sunny. Mild. Pta: 12-22°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 8-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 4-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Decreasing cloudiness. Cool. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...