Isivumelwano sokukhokhela izindleko zamacala kaZuma siphambene nomthetho - DA

2018-03-22 16:00

Parliament – Amaqembu aphikisayo afuna incazelo ngesivumelwano phakathi kwehhovisi likaMengameli kanye noJacob Zuma, mayelana nezindleko zamacala akhe, kusukela ngo-2006.

Lokhu kumayelana namacala asukela kuma-spy tape.

"Sifuna ukwazi kabanzi ngalesi sivumelwano ngoba sicabanga ukuthi siphambene nomthetho.

OLUNYE UDABA: 'Ingcebo yakuleli kumele yabelwe bonke abantu'

“Sinikeziwe isiqiniseko sokuthi sizoyithola [incazelo],” kusho usihlalo wesigunqu esiphezulu kwi-DA uJames Selfe.

UMbuso kuthiwa wavuma ukukhokhela uZuma izindleko zamacala, kodwa kwavunyelwana futhi ngokuthi lokho kuzoya ngokuthi ayamlahla yini.

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...