ISITHOMBE: Uthuke woma owesifazane ebona ukudla akulethelwe

2016-12-19 19:30

Cape Town - Owesifazane obegibele indiza yakwaQantas ehlezi endaweni yezicukuthwane, esuka eSydney ibheke eBrisbane ngoLwesihlanu ngomhlaka-16 Disemba wathuka woma ebona ikudla akulethelwe esebhanoyini, okwakumifino engajwayelekile.

OLUNYE UDABA: Kutholwe umbungu ethoyilethi ebhanoyini

Lo wesifazane utshele abezindaba inews.com.au ukuthi nakuba engajwayele ukuthatha izithombe ukudla akudlayo, kulokhu bekuphoqa njengoba bekuhlekisa. Waze wabuza ebhanoyini ukuthi yini le ayilethelwe kwathiwa imifino phecelezi i-root vegetable.

Empeleni kuthiwa le mifino ebibukeka ingajwayelekile uBrinjal noma yi-eggplant yaseJapane.

ISITHOMBE SOKUDLA:


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- Traveller24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Sunny. Mild. Pta: 7-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-19°C Sunny. Mild. Bloem: -3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-20°C a few showers. More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Drizzle. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...