ISITHOMBE: Usethenjiswe umshado usaziwayo olingisa ku-Generations

2017-07-24 11:08

Durban - Umlingisi obuye abe wumsakazi nomethuli wezinhlelo, uThando Thabethe, usethathiwe.

Le ntokazi ibhale ezinkundleni zokuxhumana iveza indandatho yayo iyifake emunweni womshado.

Kuthiwa le ntokazi icelwe umshado yisoka layo leminyaka emine uFrans Mashao.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Umrepha uthembise intombi yakhe umshado

Khonamanjalo, osaziwayo abathembisana umshado ngesonto eledlule umrepha, okunguPriddy Ugly nentombi yakhe uBontle Modiselle, sebeshade ngokwesintu.

Lo mcimbi wenziwe ngempelasonto eSoweto kubo kaBontle.

Nazi izithombe:

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C High level clouds. Mild. Pta: 6-20°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-20°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 10-18°C Mostly sunny. Cool. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...