ISithombe: Kushe ifemu eThekwini

2017-12-11 12:30

Durban -Abezicishamlilo basebenze ngokukhulu ukuzikhandla ukucisha umlilo oqubuke efemini eliseThekwini.

NgoMsombuluko ekuseni abezimo eziphuthumayo babizelwe efemini eliseThekwini.

Okhulumela abeRescue Care uGarrith Jamieson uthi akukacaci kahle ukuthi lomlilo uqale kanjani.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Sekujutshwe namasosha ukuba azocima umlilo

"Abezicishamlilo bakwazile ukubhula ilangabi efemini elisemgwaqeni uSouth Coast,"kusho uJamieson.

Ngenhlanhla akekho olimele kulesi sigameko.

A packaging factory in KwaZulu-Natal has caught fire. (Rescue Care Paramedics)

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Scattered tstorms late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...