ISITHOMBE: Amaphoyisa akwaMbonambi acela ukufuniswa intombazane elahlekile

2017-11-22 18:00

eThekwini - Amaphoyisa akwaMbonambi acela umphakathi ungenelele ukuze kutholakale intombazane elahlekile.

U-Ibanathi Sithembile Shabalala oneminyaka engu-17 ubudala ungowaseNhlabosini Reserve, KwaMbonambi.

Udadewabo uthi waagcina ukumbona ngomhlaka 9 Septhemba 2017.

OLUNYE UDABA: ISITHOMBE: Umndeni ucela ukufuniswa uThabang Mohale olahlekile

Wayegqoke wayegqoke isiketi esimpunga nokumnyama kanye nesikibha esimhlophe esibhalwe ukuthi Mshengu kanye nama-pumps ampunga.

Uma ekhona onolwazi ngaye nokuthi ukuphi akaxhumane noConstable Zondi ku-073 3382 814.         

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...