Isishonile indoda edutshulwe kuqhubeka umbhikisho

2017-07-04 18:01

Cape Town - Amaphoyisa aseqinisekise ukudlula emhlabeni kwesakhamuzi saseHout Bay kulandela ukudutshulwa kuqhubeka umbhikisho endaweni.

Isigameko siphenywa ngamaphoyisa ophiko lwe-Independent Police Investigative Directorate.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe owesilisa kuqhubeka umbhikisho eKapa

Le ndoda idutshulwe ngoMsombuluko ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho endaweni yaseMizamo Yethu.

Iziphathimandla  bezingakayidaluli eminye imininingwane yesigameko.

Izakhamuzi selokhu zibhikishela ukuhamba kancane kohlelo lokwakhelwa izindlu endaweni.

TWITTER:

- eNCA

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-20°C More clouds than sun. Cool. PE: 14-18°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...