Ishonile indoda eshayiswe yisitimela eGoli

2016-11-23 11:34

Johannesburg - Kushone indoda ngemuva kokushayiswa yisitimela ngasesiteshini sesitimela, eFlorida, entshonalanga yeGoli.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bafica indoda okukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa kweko-20 ubudala eduzane nojantshi.

Okubhalwe ngabakwa-Netcare kuTwitter:

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-22°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 6-19°C Broken clouds. Mild. Bloem: 5-22°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...