Isesimweni esibucayi ingane egwilize eGoli

2017-01-28 18:31

Kempton Park - Umfana oneminyaka emine ubudala usesimweni esibucala kulandela ukugweliza ekhaya eNorkhem Park ngoMgqibel.

Ngokwemibiko yabezimo eziphuthumayo, bafike kulendawo bazama ukuhlenga impilo yalo mfana ngemuva kokukhishwa emanzini.

OLUNYE UDABA:Kugwilize usana lwashona endishini yokugeza

“Lo mfana uhlale imizuzwana embalwa emanzini engaphefumuli, kwenziwe i-CPR waze wabonisa izimpawu zokuphaphama ngaphambi kokophuthunyiswa esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.”

Okwamanje akukacaci ukuthi kwenzeke kanjani ukuba lengane itholakale isintanta emanzini kodwa uphenyo luzokwenziwa, kubika iKempton Express.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-29°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C a few tstorms. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-27°C Heavy rain. Breaks of sun late. Warm. PE: 14-19°C Passing showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...