Isesimeni esikahle ingane ebelethelwe emgwaqeni eGoli

2016-06-20 20:00

Johannesburg - Umama waseGoli ubelethe ingane yomfana esesimeni esihle ngokwempilo kuMalibongwe Drive enyakatho nedolobha, ngoMsombuluko ntambama.

Abosizo lokuqala i-EMERG-G-MED bathe bathole ucingo ngezithuba zabo-16:30.

OLUNYE UDABA: Ubelethele esiteshini samaphoyisa

"Abosizo lokuqala baphuthume ezimpambanweni zomgwaqo ku-R114 noMalibongwe Drive eNietgedacht ngesigameko sowesifazane otetayo.

Lo mama utholwe elele eceleni komgwaqo esesikwa.

Lo mama ubelethe ingane esesimeni esikahle  kanti bobabili bakahle.

Bobabili baphuthunyiswe esibhedlela iDr Yusuf Dadoo eKrugersdorp.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...