ISantaco igxeke imeya yaseKurhuleni

2018-03-20 09:28

Johannesburg - Inhlangano iSouth African National Taxi Council igxeke umeya waseKurhuleni uMzwandile Masina.

ISantago ithi imeya nomasipala bahlulekile ukubheka izikhalo zabo.

Iyiphike imibiko ethi imelene nohlelo lwe-Bus Rapid Transit.

OLUNYE UDABA:Kuzophazamiseka ezokuthutha ngenxa yesiteleka sabamatekisi eKurhuleni

UBJ Mahlangu, uthe iSantaco ayithokozile ngendlela iziphathimandla ziphathe ngalo lolu daba.

Imboni yamatekisi ayibonwa emgwaqeni namuhle njengoba itelekile, ifuna ukuba iziphathimandla zaseKurhuleni zilusukumele udaba lwayo.

UMahlangu, uthe isiteleka sizoqhubeka nakusasa (ngoLwesithathu) uma izimfuno zabo zingakasukunyelwa.

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...