Isalungiswa imizila yesitimela phakathi kwasePitoli naseHatfield

2015-11-30 08:31

Johannesburg - Kulungiswa imizila yesitimela ephakathi kwasePitoli naseHatfield, kusho okhulumela abeGautrain uKesagee Nayager ngeSonto ebusuku.

Ukuhamba kwezitimela eziteshini ezimbili kwaphazamiseka ngoMgqibelo ekuseni ngesikhathi kwengenzeka ingozi.

Iloli likasimende lawela kujatshi lisuka emgwaqeni omkhulu.

OLUNYE UDABA:  Uphenduke iqhawe umshayeli wesitimela ngokuvika iloli likasimende

Azikho izitimela ezabandakanyeka kule ngozi.

Umshayeli weloli uyelulama esibhedlela, kubika i-eNCA.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...