Iphethe kabi ingxabano yomndeni kuphuma ezidumbu, kwaNobamba

2018-01-12 18:06

eThekwini - Usezinikele emaphoyiseni owesilisa osolwa ngokubulala umkakhe kanye nendodana yabo.

Lokhu kwenzeka ngomhlaka 3 kwephezulu kwisigameko okukholakala ukuthi singesodlame lwasekhaya.

Amaphoyisa abezelwe emzini osendaweni yaseZitendeni ekuseni ngalolo suku ngemuva kwalesi sigameko.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abathathu kulandela esokudubulana

Ngokuthola kwawo, kube nengxabano phakathi kowesilisa oneminyaka engu-59 ubudala kanye nomkakhe, 45,

Lokhu yikhona okuholele ekutheni lo wesilisa adubula abulale umkakhe kanye nendodana yabo, 15.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...