INumsa izosungula iqembu elizolwela abasebenzi

2016-12-08 07:37

Johannesburg - Iqembu elisha lezombusazwe elilwela amalungelo abasebenzi lizobe selikhona ngaphambi kokhetho lwango-2019.

INational Union of Mineworkers of South Africa (NUMSA) yethembise ngokusungula iqembu elisha elingelabasebenzi.

Lokhu iNumsa ikudadule esithangamini sabezindaba eGoli ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Baba ngiyakuxolela - Indodakazi kaNcwane

Ithe iqembu lizogxila ekuthuthukiseni impilo yabampofu neyabasebenzi futhi lizosebenzela ukufezekisa i-Freedom Charter.

UNobhala Jikelele wenyunyana, u-Irvin Jim, uthe ikomidi eliphezulu kulo nyaka liphethe ngelokuthi kusungulwe iqembu labasebenzi, kub8ika iSABC.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 9-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...