Inhlangano yabafundi isabisa ngokuvala izikole

2016-06-28 20:31

Cape Town – ICongress of South African Students (Cosas) eWestern Cape isabisa ngokuvala zonke izikole esifundazweni ngoJulayi 22.

ICosas ithi kumanje uxoxisana nawo wonke amagatsha ayo.

Inhlangano ithi izikhalazo zayo zishaywa indiva.

ICosas eWestern Cape ithi izinkinga ezibhekene nezikole ezihluphekayo esifundazweni zishaywa indiva.

Funda nalolu daba: Iphoyisa lidayisele 'umeshente' isibhamu somsebenzi

Unobhala weCosas esifundazweni uMichael Mayola uthi liyakhula izinga lokushaywa kwabafundi eWestern Cape.

Uphinde wakhala nangenkinga yokucwasa ngokwebala kanye nokukhishwa kwezikole ngaphansi kukahulumeni.

UMayola uthe izikole bahlele ukuba bazivale ngenyanga ezayo. Kanti bazohlangana eMew Way Hall eKhayelitsha, kubika i-EWN.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...