Ingane yesikole ishayiswe yisitimela yashona eThekwini

2017-02-17 14:02

Durban - Ishayiswe yisitimela yashona ingane yesikole esiteshini sesitimela esiseBallito, enyakatho yeTheku ngoLwesihlanu.

"Intombazane eneminyaka engu-14 ubudala ibilibangise esikoleni ngesikhathi yehlelwa yilo mshophi," kusho okhulumela iNetcare 911, u-Athlenda Mathe.

OLUNYE UDABA:Indoda ishayiswe yisitimela yashona eGoli

Ithimba labosizo lokuqala lelaphe le ntombazane ngaphambi kokuyiphuthumisa esibhedlela esiseduzane.

Ngeshwa kugcine kuyenela esibhedlela, kusho uMathe.

 - SowetanLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-22°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 6-19°C Broken clouds. Mild. Bloem: 5-22°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...