Ingane iwele kwi-swimming pool yashona eThekwini

2017-03-09 07:29

Durban – Ingane enezinyanga ezingu-14 ubudala iwele kwi-swimming pool yaminza eGillitts, eThekwini, ngoLwesithathu, kusho abosizo lokuqala.

Ngesikhathi kufika abosizo lokuqala endaweni yesehlakalo, kuRussell Ridge Road, ngezithuba zabo-17:35, ilungu lomndeni belizama ukuphefumulisa ingane, kusho iNetcare 911 esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Bahlanu abaqokelwe ukuba sebhodini lesikhashana eSABC

Kufike udokotela ozame ukusiza ngokwenza i-CPR.

Ngeshwa ingane ishonele khona lapho endaweni yesehlakalo ngaphambi kuka-19:00, ngemuva kwesikhathi esingaphezu kwehora kuzanywa ukuyisindisa.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 12-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild. PE: 14-21°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...