INehawu izoqhubeka nokuteleka ePhalamende

2016-07-20 10:01

Johannesburg – Inyunyana yabasebenzi iNehawu ifunga iyagomela ukuthi izoqhubeka nesiteleka ngemuva kokuba amalungu ayo esole iPhalamende ngokusishaya indiva isivumelwano sokukhokhela abasebenzi amabhonasi.

I-CCMA yasichitha isicelo sokuba baqinisekiswe ukuthi bazokhokhelwa amabhonasi, kodwa yathi kumele zombili izinhlangothi ziqhubeke nezingxoxo.

Funda nalolu daba: Ikhehla lisolwa ngokugwaza libulale isalukazi

IPhalamende likholelwa ukuthi izikhulu zenza okufanele.

Bahlanu abasebenzi abamiswa njengoba kusalindwe ukuba baqondiswe izigwegwe, kubika i-eNCA.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...