Indoda igwaze isigebengu ngenkemba izivikela

2015-11-27 10:02

Johannesburg – Indoda izivikele ezigebengwini  ngokusebenzisa inkembe ngoLwesihlanu ekuseni.

Le ndoda igwaze eyodwa yamadoda esiswini ngenkembe kwathi amabili abaleka ngesikhathi sesigameko.

Okhulumela amaphiysa aseMondeor uConstable Sibongile Mnguni uthe kungene amadoda amathathu emzini wale ndoda.

OLUNYE UDABA:  Ushumpulwe ikhanda obulele eSaudi

“Umnikazi womuzi wezwa abantu abangenayo wase yabahlasela ngenkembe.

“Umsolwa olimalile usesibhedlela kanti uqashwe ngmaphoyisa.”

Amalungu omndeni awazange alimale, kubika i-eNCA.

UMnguni uthe kuvulwe icala lokuphanga esiteshini smaaphoyisa kanti umsolwa uzovela enkantolo uma esephumile esibhedlela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...