Ilimalile indoda ebihlenga impahla yayo emlilweni eThekwini

2017-09-24 13:02

Durban - Abosizo lokuqala bamatasa babhula ilangabi emjondolo eseClairwood eningizimu yeTheku.

OweRescue Care uGarrith JKamieson uthe abezimo eziphuthumayo nabezicishamlilo basendaweni yeisgameko kuKurma Reddi Road.

Kushe inqwaba yemijondolo.

OLUNYE UDABA:Kushone oyedwa kusha imijondolo

UJemieson uthe, indoda okukholakala uikuthi ineminyaka ebalekwa kweko-30 ubudala ilashelwa endaweni yesigameko.

Kuzwakale ukuthji ishe engalweni nasebusweni ngesikhathi izama ukuhlenga impahla yayo emlilweni.

 - Newswatch

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...