Iboshiwe indoda 'ebulale' isitshudeni sase-Unisa

2018-05-11 14:38

Vanderbijlpark - Kuboshwe indoda ngoLwesinengokubandakanyeka ekubulaweni kwesitshudeni eVanderbijlpark.

Iphephandaba iSedibeng Star libike ukuthi indoda, 29, esolwa ngokudubula ibulale owayeyintombi yayo, eyisitshudeni sase-Unisa, uJabulile Nhlapo, 21, endaweni ahlala kuyo esikoleni ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA:I-MUT iyaweseka umndeni kaZolile, ibuyekeza nezokuphepha enyuvesi

Lesi sigameko sokudubula silandela leso sokudutshulwa kubulawe uZolile Khumalo obeyisitshudeni saseMangosuthu University of Technology endlini abehlala kutyo esikoleni ngenyanga edlule, ebulawa ngowayeyisoka lakhe.




- eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 10-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...