Ibifake ama-earphone eshayiswe yisitimela

2016-08-09 13:06

Durban - Ishonile indoda eshayiswe yisitimela ngesonto eledlule ngesikhathi ihamba kujantshi ngasemgwaqeni waseWaterfalls eMerriville.

Le ndoda eneminyaka engu-46 ubudala kukholakala ukuthi ibilalelel umculo emadlebeni ifgake ama-earphone yangakwazi ukuzwa isitimela isqhamuka ngemuva kwayo.

OLUNYE UDABA: Usesimeni esibucayi okhishwe isitimela sihamba

I-Eyethu ibika ukuthi le ndoda ibithatha indlela enqamulelayo, esetshenziswa yiningi uma liya eMerriville.

Ngokusho kwabazibopnele le ndoda ayisizwanga isitimela siqhamuka ngemuva kwayo ilalele umculo emadlebeni.

Ngokwaleli phephandaba kungokokuqla kwenzeka isigameko esinje kule ndawo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 5-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 15-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...