Ibanjwe ngowaseLadysmith iLotto yayizolo

2017-04-19 14:03

Ladysmith - Siziwinele imali engu-R58 million isakhamuzi saseLadysmith esithenge ithikithi leLotto esitolo iDe Franca Spar, sidlala iPowerBall Plus.

Leli thikithi lithengwe izolo (ngoLwesibili) wangomhlaka-18 Ephreli.

OLUNYE UDABA:Ukhonjwa eLadysmith obambe iLotto

Sekungokwesibili iLotto iwinywa yisakhamuzi saseLadysmith kungakapheli nezinyanga ezintathu.


Congrats Ladysmith!
You have a new #PowerBallPLUS jackpot winner of R58,740,409 from (18/04/17) draw! #QuickPick ticket wager amount was R30 pic.twitter.com/P2dNnl3FGH

— #MillionairesRAFFLE (@sa_lottery) April 19, 2017

serif';color:#333333;"> -

Ladysmithgazette

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

                 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Mostly sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-17°C Sunny. Mild. Bloem: -1-14°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-16°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...