I-website yocansi ithi izonikelela izinhlangano uma abantu 'bezimeteza'

2016-06-28 17:34

Johannesburg - I-website entsha yocansi isithembise ngokunikelela izinhlangano ezithile zomphakathi njalo uma kukhona umuntu ‘ozozimetaze’ uma ebukela amafilimu ayo zocansi.

Njalo uma umuntu ebukela ama-video ocansi kwi-JustCame.org, le website izonikelela inhlangano ethile ngemali.

Funda nalolu daba: Zimkhalele ongene esitolo wabeka 'induku' kwi-scanner

Abanikazi bale-website bayavuma ukuthi ayikho indlela ababona ngayo ukuthi abantu benzani uma bebukela ama-video ocansi – kodwa bakholelwa ukuthi ‘bayazimeteza’.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Huffington Post SA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Partly cloudy. Cool. Pta: 20-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Rain showers. Cloudy. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...