i-SABC izongenisa amashaneli ezilimi ezahlukene

2016-04-25 12:34

Johannesburg – Umsakazeli womphakathi i-SABC izongenisa amashaneli asebenza ngezilimi ezahlukene.

Ngokusho komphathi wezokusebenza uHlaudi Motsoeneng, lokhu bakwenzela ukuqhakambisa kanye nokubhekeleka uliminingi eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA:Abakwa-SABC badumele ngokulimala koweGenerations

Uthi lama shaneli enzelwe ukuphendula izikhalazo zababuleki ngokungagculiseki ngokungasetshenziswa kwezilimi ezahlukene kanye nokuqhakanjiswa kwamasiko.

UMotsoeneng uthi lamashaneli azomiswa ngokwamaqoqo ezilimi, iqoqo lezilimi zesiSuthu, kanye neqoqo lezilimi zesiNguni.

Lama shaneli azadlala izinhlelo zakuleli kuphela ukuze abaqophi bezinhlelo banikezwe ithuba lokwenza izinhlelo ngezilimi zabo.

-SABCNews

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 15-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-31°C More sun than clouds. Warm. PE: 19-25°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...