I-EFF ivulele i-DA izandla

2016-08-06 09:41

Johannesburg – Nakuba umholi we-EFF uJulius Malema ekubeke kwacaca ukuthi iqembu lakhe ngeke livume ukusebenzisana ne-African National Congress, uphinde wathi ngeke lishaye indiva imigomo yalo yomhlaba uma i-Democratic Alliance ixoxisana nabo. 

UMalema uthi uqagula ukuthi i-ANC ngokhetho lwango-2019 izobe ingaselona iqembu elibusayo eNingizimu Afrika.

Funda nalolu daba: I-DA isidalule ukuthi isinqobe omunye umasipala omkhulu

Uphinde wathi ujabulile ngendlela iqembu lakhe elisebenze kahle ngayo ngokhetho. Umholi we-EFF uthe bona ababhekile ukusebenzisana namanye amaqembu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 14-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 7-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...