I-ANC iphika ukufumbathiswa ngabakwa-Prasa

2016-08-30 19:02

Johannesburg - UNobhala Jikelele we-African National Congress (ANC) uGwede Mantashe ukuphikile ukuthi iqembu lafumbathiswa abakwaPassenger Rail Agency of SSouth Africa (Prasa).

OLUNYE UDABA: Osomabhizinisi banxusa uZuma ukuba asize uGordhan kule nyakanyaka

"Owamukela imali engu-R80 million akazange afike kuthina. UKhongolose akazange afumbathiswe," usho njalo.

"Esikushoyo nje ukuthi siyaziqhelelanisa nalezi zinsolo futhi sifuna kwenziwe uphenyo kanti loyo oyotholakala enecala kuzobhekwana naye ngendlela efanele."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. Pta: 16-22°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 13-21°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-32°C Sunny. Warm. PE: 19-25°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...