I-ANC ijeziswe ngoba iyazazisa kakhulu - Malema

2016-08-05 18:35

Johannesburg - Umholi weqembu le-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema uthi i-African National Congress (ANC) kumele izilungiselele inselelo enzima kakhuku ngokhetho lwango-2019.

Ubekhuluma nabezindaba esikhungweni semiphumela yokhetho se-IEC ePitoli ngoLwesihlanu.

I-EFF ibonakale ilandela endaweni yesithathu ngamavoti kulawo asebaliwe njengamanje.

Funda nalolu daba: Sinqobe indawo ebalulekile isihlobo semeya ephumayo eDBN

UMalema uthi iqembu elibusayo lijeziselwe ukuzazisa kakhulu.

Uthe i-EFF yilona kuphela iqembu eliphumelele ekuthobiseni i-ANC, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 16-31°C Showers late. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Warm. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 16-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...