Buka: Usindile ushayeli wemoto etholakale ngaphansi kwezihlahla - M13 eThekwini

2017-01-30 18:01

Durban -  Uphume engenamyocu umshayeli wemoto etholakale isilenga ezihlahleni.

Lokhu kwenzeke ngoMsombuluko emini kumgwaqo u-M13.

OLUNYE UDABA:Usale othulini odune imoto ephethe isibhamu sethoyizi

Ngokwemibiko ye-Highway Mail abezimo eziphuthumayo kanye namaphoyisa bafike kule ndawo imoto ingaphansi kwezihlahla.

Kudaleke esikhulu isiminyaminya njengoba bekuzanywa izindlela zokuyitakula le moto.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C High level clouds. Warm. PE: 18-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...