BUKA: Umfundi ethela isibhaxu abazali bomunye

2017-03-13 11:02

Pietermaritzburg - Kuzungeza i-video okubonakala kuyo umfundi wasesikoleni iCarter High, eMgungundlovu, eshaya abazali bomunye umfundi ngoLwesihlanu ntambama.

Kule video, okubonakala sengathi iqoshwe ngaphandle kwesikole, kuzwakale ukuthi abazabi abathole isibhaxu bebeyolwela ingane yabo efunda kuso lesi sikole kulandela ukushaywa ngomunye umfundi.

Ngokuthola kwe-Eyethu News la bazali baphoqe lo mfundi ukuba aphinde ashaye le ngane wabe esegoloza kwase kusuka omkhulu umsindo.

 Buka ama-video ngezansi:


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Cool. Bloem: -1-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...