Buka: UMaNgema ecula enkonzweni yomngcwabo kaDumi Masilela

2017-08-12 12:02

Johannesburg - Umfelokazi kaDumi Masilela ongumlingisi uSimphiwe Ngema utshengisa isibindi ngesikhathi engena esiteji eyodumisa enkonzweni yomngcwabo yomyeni wakhe.

UMaNgema egqoke ezimhlophe, ubekhashwa ngamalungu omndeni wakhe esiteji, okubalwa kuwo umama kaDumi.

OLUNYE UDABA:Ubekwa endaweni yakhe yokugcina umlingisi uDumi Masilela

Lo mlingisi ukhiphe konke okungaphakathi kuye ngesikhathi ecula.

Abahambele umngcwabo bahlanganyele bonke esontweni iHope Restoration eKempton Park beyovalelisa kulo mlingisi owabulawa ngesikhathi izigelekeqe zizama ukuduna imoto yakhe ngesonto eledlule.

 - TWITTER:

 - Timeslive

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...