Buka: Umama nendodana belwisana nabebehlome ngocelemba

2017-03-03 19:35

Johannesburg - Amadoda amabili angaziwa ahlasele owesifazane osekhulile nendodana yakhe ngoLwesine, ngomhlaka-2 Mashi egaraji eLadanna, eLimpopo, kubika iReview Online.

Kwivideo esatshalaliswe enkundleni yezokuxhumana iFacebook, kubonakala kuqhamuka amadoda amabili ekhoneni, afike duzane kwalo wesifazane obekhuluma nendodana yakhe, la madoda afika abakhulumisa ase ehosha ucelemba, ezama ukubamba inkunzi.

Kuyo le video kubonakala indodana yalo wesifazxane elwisana nawo la madoda.

Ivideo:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C More clouds than sun. Mild. Pta: 9-22°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 7-19°C Morning clouds. Mild. Bloem: 6-22°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-25°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...