BUKA: Sizomasha uZuma aze ahambe - Maimane

2017-04-18 14:01

Johannesburg – Umholi weDemocratic Alliance, uMmusi Maimane, uthi bazosivala thaqa isifundazwe iWestern Cape uma ngabe sekuphikiswana ngesiphakamiso sokungamethembi uMengameli Jacob Zuma ePhalamende.

OLUNYE UDABA: UZuma ugadle kulabo abangamufuni

Ekhuluma ngesikhathi kunemashi ebibheke emahhovisi oMgcinimafa esifundazweni iLimpopo, uMaimane uthe: “Kunomzabalazo omusha kuthina. Asiyeki namhlanje, ngizobakuba kuzo zonke izifundazwe ngiwuqhuba.

“Sizomasha kuze kube uZuma uyahamba… yimani nathi.”

Zibonele iziqeshana zale nkulumo kaMaimane lapha:

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-25°C High level clouds. Mild.
Jhb: 7-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 5-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...