BUKA: Sikhumbula u-Ontlametse Phalatse

2017-04-12 11:02

Johannesburg – U-Ontlametse Phalatse, obephila nesifo esingajwayelekile esidala ukuthi umuntu aguge ngokushesha, iProgeria, udlule emhlabeni esibhedlela esisePitoli.

Odokotela baqagula ukuthi ngeke aze aphile adlule eminyakeni yobudala engu-14, kepha uPhalatse ubeseneminyaka engu-18 ubudala.

Ushona nje ubesanda kufezekisa isifiso sakhe sokuhlangana noMengameli wezwe uJacob Zuma.

UPhalatse nguye kuphela intombazane ensundu ebiphila nalesi sifo eyaziwayo.

Buka i-video ngezansi:

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-25°C High level clouds. Mild.
Jhb: 7-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 5-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...