BUKA: Owesifazane elwisana nezigebengu emgwaqeni

2017-09-12 14:00

Johannesburg - Amadoda amathathu abonakala kwi-video yamakhamera e-CCTV ezama ukubamba owesifazane inkunzi e-Auckland Park, eGoli, aseboshiwe.

Kule video ezungeza ezinkundleni zokuxhumana, amadoda amabili  abonakala ephuma emotweni abe esebhuquzisa phansi owesifazane efuna isikhwama sakhe.

Lo wesifazane ube esezilwela, izigebengu zagcina seziphonse ithawula.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Kay Makhubele, uthe la madoda aboshelwe icala lokuphanga nokutholakala nesibhamu.

"Siyawubonga umphakathi obikele amaphoyisa ngalolu daba."

 - Amavideo:

- EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Morning clouds. Cool. Pta: 19-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-23°C a few showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 14-25°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild. PE: 14-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...