BUKA: Liyasha ibhilidi elinamahhovisi kaNdunankulu

2017-06-30 10:14

Johannesburg – Ingxenye yebhilidi elinamahhovisi kaNdunankulu waseGauteng, uDavid Makhura, enkabeni yedolobha iGoli lokheleke ngomlilo ngoLwesihlanu ekuseni.

Okhulumela uMakhura, uPhumla Sekhonyane, uthe imbangela yalo mlilo ayikakaziwa. Zonke izikhulu zedolobha sezikhishiwe kanti abezimo eziphuthumayo eGoli basendaweni yesigameko ukuzama ukubhula umlilo.

OLUNYE UDABA: Umama uphonse ingane ngewindi isuka esitezi sezi-9 kusha ibhilidi

UMakhura ubengekho ehhovisi njengoba ehambele ingqungquthela yenqubomgomo ye-ANC. 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 16-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...