BUKA: Kungqongqiswe isiteshi samaphoyisa eSouth Coast

2018-04-24 19:32

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya isigameko sokungqongqiswa kwesiteshi samaphoyisa esingumahambanendlwane namuhla ekuseni ngovivi, kanti asola isandla semfene ngalesi sehlakalo.

I-video ezungeza ezinkundleni zokuxhumana iveza kusha isiteshi samaphoyisa eMagabheni, ogwini oluseningizimu yesifundazwe, sisha.

Kukholakala ukuthi kuthathe imizuzwana ukuthi lo mlilo uwise ibhilidi.

Okhulumela amaphoyisa, uThembeka Mbhele, uthe ayikho imibiko evelile ngabalimele kodwa amaphoyisa aseMkhomazi aphenya icala lokushisa.

Uthe imbangela yesigameko ibingakaziwa okwamanje kodwa kuyaphenywa.

 - Ivideo:

 - Newswatch



- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Sprinkles early. Partly cloudy. Cool. Pta: 10-25°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 9-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 14-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...