Buka: Kugcwele phama e-Orlando Stadium

2018-04-14 08:52

Johannesburg - Batheleke ngobuningi babo abalandeli beqhawe lomzabalazo uWinnie Madikizela-Mandela namuhla ekuseni beyovalelisa kuMama weSizwe e-Orlando Stadium, eSoweto lapho aphumela khona.

Kuqiniswe ezokuphepha kuwo wonke amasongo kule nkundla yezemidlalo.

Abalandeli kulo lonke leli, iningi labo ligqoke imibala ye-African National Congress (ANC), abanye bephethe amabhodi anesithombe sikaMadikizela-Mandela kanti amanye amabhodi anesithombe sikamama Winnie nesalowo mowayengumengameli kuleli uNelson Mandela.

Alokhu esho njalo amaculo omzabalazo estadium.

 - Twitter:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...