Buka: Kubanjwa inkunzi iveni lemali phambi kwamhhovisi akwaFidelity

2018-04-17 11:17

Johannesburg - Kuzungeza ivideo ezinkundleni zokuxhumana etshengisa kubanjwa inkunzi imoto yemali emahhovisi akwaFidelity ngoMsombuluko ntambama.

Kwebiwe isamba semali esingadaluliwe esigamekweni sokuphanga ngezithuba zabo-13:00 izolo, kubika iLowvelder.

OLUNYE UDABA:BUKA: Konke okwenzekile kubanjwa inkunzi imoto yemali

Lesi sigameko senzeke emahhovisini akwaFidelity kuHeyneke Street, eMpumalanga.

Kuzwakale ukuqhuma kwezibhamu ngesikhathi sesigameko kodwa ngenhlanhla akekho okubikwe ukuthi ulimalile.

Lesi sisigameko sesihlanu sokubanjwa inkunzi kwemoto yemali esikhathini samasonto amabili.

 - IVIDEO:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...