BUKA: Izigebengu zihamba ngonyanyavu lwemoto 'ziyoganga'

2017-08-17 19:29

Johannesburg - Sekusabalale ivideo ye-CCTV etshengisa izigebengu ezingu-5 ezihamba ngemoto e-silver yohlobo lweMercedes AMG C63, zigqekeza esitolo sakwa-CNA nakwi-ATM kanye kanye enxanxatheleni yezitolo eMalalane, eMpumalanga.

Abasolwa kuthiwa bebe amaselula base bebaleka ngesikhulu isivinini endaweni yesigameko, kubika iLowvelder.

Kule video, imoto yabasolwa ibonakala ipaka phambi kwezitolo ngaphambi kokuba baphume bayongena ezitolo.

Lezi zigebengu ziphuma kule moto zihlukane ngezindlela, ezinye ziphethe ucwazi ziyongena esitolo.

 - IVIDEO:


 - The Citizen

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Mild. Pta: 19-28°C Isolated tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Widely scattered tstorms. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C Breaks of sun late. Warm. PE: 20-24°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...