BUKA: Ingoma entsha kaBabes Wodumo, Mampintsha neDistruction Boyz

2017-04-06 19:31

Cape Town - UBongekile Simelane, odume ngelikaBabes Wodumo kwezomculo, ehambisana noMampintsha kanye neDistruction Boyz sebekhiphe ingoma entsha eshisa izikhotha esihloko sithi Shut Up and Groove.

Lena ngenye yezingoma uBabes Wodumo adume ngazo ezinesigqi esisheshayo kanye nesigubhu nezidume ngele gqomu kanti kubukeka sengathi isazonyakazisa abaningi.

OLUNYE UDABA: Icike abaningi ekaMampintsha kwi-albhamu kaBabes Wodumo

UBabes wenze i-clip emfushane yale ngoma edansa nethimba lakhe, nalapho ebegqoke okunombala omhlophe.

Zibonele i-clip yale ngoma lapha: 

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Drizzle. Morning clouds. Cool. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: -1-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-24°C Sunny. Mild. PE: 12-19°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...