Buka: Indoda yomlungu ibiza owesifazane ngekhafula eKapa

2018-01-14 12:00

Johannesburg - Kuzungeza ivideo yendoda yaseKapa ebiza owesifazane webala elimnyama ngekhafula ezinkundleni zokuxhumana.

Le ndoda ibonakala iphikisana nowesifazane ngaphambi kokumsabisa.

Lo wesifazane yena ube esetshengisa ukungesabi njengoba evele ebuza le ndoda ukuthi izomenzani.

Ngeskhathi le ndoda isondela kulo wesifazane, lo wesifazane ubonakala emile enganyakazi, indoda isimbiza ngekhafula.

Le video isatshalaliswe enkundleni yezokuxhumana iFacebook, nguHlubelihle Richie Radebe, kanti selokhu isabalele isibukwe abantu abangaphezu kwabangu-2 00.

Kwivideo yesibili, kuphinde kubonakale le ndoda ixolisa phambi kwephoyisa nezisulu.

Le ndoda izwakala ixolisa iphindelela, kodwa lo wesifazane uyaphikelela ngokuthi udaba luya enkantolo angeke luphelele emoyeni.

 - VIDEO1:

 -VIDEO:

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...