BUKA: Indoda enqunu ikotela emotweni

2017-04-19 07:00

Pretoria – Sekuqubuke indida ngendoda ibihamba ngesudi yesele nebonakale igibela phezu kwebhonethi yemoto ebisemgwaqeni eQueenswood, ePitoli.

I-video yalesi sigameko ifakwe enkundleni yezokuxhumana iYouTube kanti lo oyifakile ubhale wathi “into engajwayelekile engiyibone namuhla ekuseni.”

OLUNYE UDABA: BUKA: Owaduma kumaMetro FM Awards ‘engagqokile’ edansela uHlaudi

Kubukeka sengathi le ndoda kungengenzeka ukuthi inokuphazamiseka enakho emqondweni ngendlela ebukeka yenza ngakhona.

BUKA i-video yalesi sigameko lapha:

ISEXWAYISO: Le video inomfanekiso womuntu ongagqokile. 

- Wheels24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...