BUKA: Ayibonwa nangokhalo ingane, 5, ephonseke emayini

2017-02-28 12:31

Johannesburg – Iyaqhubeka imizamo yokutakulwa komfanyana oneminyaka engu-5 ubudala ophonseke emayini engasasebenzi eJerusalem, eBoksburg, ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Kuyaqhubeka ukufunwa komfana okhalakathele emgodini ezimayini

Okhulumela abezimo eziphuthumayo eKurhuleni, uVincent Khoza, utshele iNews24 ukuthi bazosebenzisa okuthile ukundiza ngaphezulu kwale ndawo ukuze bahlole ukuthi umhlaba uzinze kangakanani.

Uthi ngesikhathi bengena emgodini ngeSonto zazingekho nezincane izimpawu zale ngane.

 


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Mild. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-26°C Morning clouds. Mild. PE: 15-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...