BUKA: Amaphoyisa edubulana nabasolwa eGreenstone

2017-07-08 08:51

Johannesburg - Abasolwa bavulele ngenhlamvu ngesikhathi onogada bezama ukubavimba.

Laba basolwa abathathu bagcine beboshiwe kulandela isigameko sokudubulana ngoLwesihlanu emini endaweni yaseGreenstone.

OLUNYE UDABA:Kuthungathwa abasolwa ngokubamba inkunzi epulazini

Amaphoyisa ophiko lweSAPS Crime Intelligence, ebambisene nophiko lweGauteng Traffic Saturation Unit kanye nenkampani yonogada ezimele bebelandela umkhondo wabasolwa ngesikhathi kuqala ukudutshulwana.

Ngokubika kwephephandaba iBedfordview Edenvale lithi laba basolwa babanjwe besazama ukubaleka.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...