Buka: Amaphoyisa ecela imali yegroovy kumshayeli

2017-03-20 12:31

Johannesburg - Kumiswe amaphoyisa ambili omgwaqo eGoli ngezinsolo zokukhwabanisa.

Okhulumela amaphoyisa iJohannesburg Metro Police Department (JMPD) u-Edna Mamomyane ngoMsombuluko uthe kubanjwe amaphoyisa amabili kwivideo eqoshwe efuna imali yokufumbathiswa kumshayeli.

Lo mshayelu ubonakala ekhipha yonke imali anayo ephaketheni enzela ukunika la maphoyisa.

OLUNYE UDABA: Lilahlwe yicala iphoyisa lomgwaqo elalifuna 'intshontsho'

Le video eqoshwe kwiselula isatshalaliswe enkundleni yezokuxhumana iYouTube nguMikail Patel ngeSonto.

"Silungisela umshushisi womphakathi idokodo ukuze ezosisiza ngokuthi sazi ukuba ngabe la maphoyisa azothweswa yini icala kusho uMamonyane.

"Sizoqhubeka nokuphenya lesi sigameko ngaphakathi emnyanweni."

 IVIDEO:

 - TimesLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Morning clouds. Cool. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-20°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 11-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...