Buka: Abashayeli beba imali emotweni yemali

2017-09-05 14:04

Johannesburg - Kuzungeza i-video etshengisa imoto yemali eqhunyisiwe ezinkundleni zokuxhumana, bese kubonakala abashayeli nabantu abahamba ngezinyawo bengena bephuma kuyo becosha imali esalile.

Kamuva nje kubukeka kuyinsakavukela umchilo wesidwaba ukubanjwa inkunzi kwezimoto ezithutha imali kuleli.

Kule video, abashayeli nabanye abantu babonakala bengena ngaphakathi kule veni beshintshana bethatha imali esalile ngesikhathi izigebengu zibamba inkunzi.

Kubonakala amawindi ale moto ezimbobombobo, kanti onodaga ababonakali kule video.

- IVIDEO:

 - Daily Sun

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C More sun than clouds. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C Afternoon clouds. Warm. PE: 14-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...