Buka: Abantu abathathu bezitapela impahla elolini lihamba

2017-02-18 16:00

Johannesburg - Babonakala sengathi baziqhubela umsebenzi wabo wansuku zonke ababonakala kwivideo ezingeza enkundleni yezokuxhumana iFacebook betapa impahla elolini ebihamba kancane emgwaqeni.

Kusolwa ukuthi lokhu kwenzeke e-East London.

Kule video esibukwe abantu abangaphezu kwabangu-30 000 kubonakala amadoda amathathu amancane ngemizimba egqoke okotoyi ezisiza emini libalele, ngempahla elayishwe ngemuva kwale loli.

Lesi sigameko lishiye iningi labantu licasukile ezinkundleni zokuxhumana, yize kube khona labo abathe la madoda enziwa yisimo abaphila ngaphansi kwaso.

Isifundazwe i-Eastern Cape ingesinye sezifundazwe ezintula kakhulu eNingizimu Afrika.

Ivideo:

  - The Citizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...