Basindile abaphahlazeke nendiza eThekwini

2016-03-20 07:37

Durban – Abantu ababili basindile ngesikhathi kuphahlazeka indizamshini ngemuva kokuthi cababa emhlabeni ngokushesha olwandle lwaseVirginia enyakatho neTheku ngoMgqibelo ntambama, kusho abosizo lokuala,

Okhulumela abosizo lokuqala, iCrisis Medics,uKyle van Reenen, uthe ngemuva kwezithuba zabo-16:30 kutholwe indiza ebigudla ulwandle enyakatho neTheku.

OLUNYE UDABA: Kushone 2 kuphahlazeka indiza eLimpopo

"Ngenhlanhla abashayeli bayo abazange balimale kulesi sigameko kanti bobabili bahlolelwe isimo sempilo endaweni yesigameko," usho njalo.

Imbangela yokuthi cababa emhlabeni ngokushesha ayikacaci.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...